Tuesday, July 21, 2026
SUBSCRIBE
22 GLOBAL MEDIA AWARDS
Food For Mzansi
  • News
  • Changemakers
  • Lifestyle
  • Farmer’s Inside Track
  • Food for Thought
No Result
View All Result
  • News
  • Changemakers
  • Lifestyle
  • Farmer’s Inside Track
  • Food for Thought
No Result
View All Result
Food For Mzansi
No Result
View All Result

Izinhlobo Zokudla Okunommbila

by Magda Du Toit
20th April 2023
in Amaresiphi, isiZulu, Recipes
Reading Time: 4 mins read
A A
 Izinhlobo Zokudla Okunommbila

Umlimi wakwaZulu-NatalI osafufusa uNks uNokuthula Khoza usebenzisa omunye ummbila wakhe ukwenza imasa ayisebenzisela ukwenza ukudla okunhlobonhlobo okuthandwa umndeni wakhe.

Bayaziwa abantu baseMzansi ngokuzifela ngommbila. Ukudla okudliwa kakhulu emakhaya amaningi ngoba yilapho sithola khona impuphu, intandokazi yethu esenza ngayo ipapa. 

Umlimi osafufusa waKwaZulu-Natali uNks uNokuthula khoza uqale ukwenza izinto ngendlela ehlukile esebenzisa omunye ummbila ukwenza inhlama yemasa ukuphekela umndeni wakhe okunye ukudla okuthandayo. 

IMasa inhlamba eyenziwa ngommbila exutshwa nezinto ezifana ne-lime eyomiswayo nevame ekudleni kwaseLatin America okwenziwa ngakho izinto ezifana nama-tortilla, ama-tamales nama-pupusas. 

Uqale ummbila ucwiliswe emanzini ane-lime. Emva kwalokho uyagezwa ngaphandle, lokhu kwandisa umsoco wommbila futhi kwenza ugayeke kalula kanti unambitheka kamnandi kakhulu. Usuke usubizwa nge-nixtamal kanti ungomiswa, uphekwe uphelele noma ugaywe ukwenza imasa. Lena inhlama engasetshenziswa ngezindlela ezihlukene.

Umdoko/Imbila

Nanka amanye amaresiphi eningawazama:

  • 1 ilitha yamanzi
  • 2 ½ izinkomishi zemasa
  • ½ inkomishi kashukela 
  • 3 olamula

Indlela yokwenza

  • Qale ubilise amanzi 
  • Uma amanzi eseqala ukubila, xuba imasa namanzi abandayo endishini, ugoqoze kuze kuhlangane kahle. 
  • Thela emanzini abilayo, ugoqoze ngesikhathi uthela ebhodweni.
  • Yeka kubile imizuzu ewu-20.
  • Emva kwemizuzu ewu-20, zitike ngomdoko wakho. 

Isijingi

Izithako

  • I-Butternut
  • Ushukela
  • IMasa

Indlela yokwenza

  • Cwecwa uqobe i-butternut ibe yizicucu.
  • Yengeza ushukela ukuze kunambitheke.
  • Thela amanzi ebhodweni ubeke esitofini. 
  • Liyeke labile ize ithambe i-butternut, uma isithambe kahle, faka imasa 
  • Ugoqoze kuze kuhlangane kahle.
  • Yeka kubile imizuzu ewu-25. Emva kwalokho kuzobe sekulungile 

Isiphuzo esibandayo

Izithako

  • 3 izinkomishi zemasa
  • 1 ilitha yamanzi
  • Usawoti omncane
  • Ushukela (uma uthanda)
  • 1 inkomishi yobisi
  • 1 ulamula

Indlela yokwenza

  • Pheka lezi zithako njengephalishi.
  • Kungabi iphalishi elishube kakhulu. 
  • Lilinde liphole ngaphambi kokuliphuza.

Maize Spiral Chips

Izithako

  • 1 inkomishi yemasa
  • Usawoti omncane
  • Ushukela omncane

Indlela yokwenza

  • Xuba ndawonye bese uyakuthosa epanini elingafakiwe amafutha 
  • Sopi (Ukudla kwakwaXhosa)

Sopi (Ukudla kwakwaXhosa)

Izithako

  • Ummbila obilisiwe
  • Ubhontshisi obilisiwe
  • 1 izambane
  • Usawoti
  • Amanzi

Indlela yokwenza

  • Qala upheke ummbila kancane kodwa ungavuthwa
  • Faka ummbila kubhontshisi ebhodweni.
  • Ufake zonke ezinye izithako uzipheke uze uthambe.
  • Kudle nesinkwa semasa
Tags: ImbilaMaize Spiral ChipsMasaUmdokoUmqa

Magda Du Toit

Magda du Toit has worked in the agricultural industry for more than 30 years and is a former chairperson of Agricultural Writers SA. Her journey started when she was a journalist for a local newspaper in Bela-Bela in Limpopo, where she covered farmer’s day events and reported on various agricultural topics within the community.

Related Posts

Oh, so oatsy! Creative ways to spice up breakfast
Recipes

Oh, so oatsy! Creative ways to spice up breakfast

3rd June 2026
No oven needed: Easy no-bake dessert recipes
Recipes

No oven needed: Easy no-bake dessert recipes

3rd April 2026
Ukuzilimela kunika uMbatha waseKZN iqholo
isiZulu

Ukuzilimela kunika uMbatha waseKZN iqholo

by Vateka Halile
24th November 2023

Esemncane yayimcasula indaba yengadi uNksz Zaza Mbatha futhi akaze nangelilodwa ilanga acabange ukuthi yinto engagcina imsiza. Kwenzekile futhi usenebhizinisi elivuthayo...

Read moreDetails
UFakude ukholelwa ekwakheni ifa lo mndeni

UFakude ukholelwa ekwakheni ifa lo mndeni

23rd November 2023
Ukusebenzisa amathuba kumsebenzele umfuyi waseNW

Ukuzama inhlanhla kumsizile umfuyi waseNorth West

22nd November 2023
UNgubane ozifelayo ngezolimo akakhohlwe lapho ebheke khona

UNgubane ozifelayo ngezolimo akakhohlwe lapho ebheke khona

21st November 2023
UShelembe ubeke izingadi kwelinye izinga

UShelembe ubeke izingadi kwelinye izinga

5th November 2023
ADVERTISEMENT

Ukuzilimela kunika uMbatha waseKZN iqholo

UFakude ukholelwa ekwakheni ifa lo mndeni

Ukuzama inhlanhla kumsizile umfuyi waseNorth West

UNgubane ozifelayo ngezolimo akakhohlwe lapho ebheke khona

UShelembe ubeke izingadi kwelinye izinga

Kusegazini kuNgalavu ukutshala ukudla

Next Post
Photo story: ALS Group goes above and beyond

IN PICTURES: ALS Group goes above and beyond

THE NEW FACE OF SOUTH AFRICAN AGRICULTURE

With 21 global awards in the first six years of its existence, Food For Mzansi is much more than an agriculture publication. It is a movement, unashamedly saluting the unsung heroes of South African agriculture. We believe in the power of agriculture to promote nation building and social cohesion by telling stories that are often overlooked by broader society.

Smart vineyard irrigation starts below the ground

Treat food processing as essential national infrastructure – Khoury

Farmers urged to embrace uncertainty and build resilience

SA poultry industry calls for urgent bird flu vaccine rollout

Mother’s legacy, neighbour’s grace: Venessa Simelane’s farm story

Deadline looms: Register water use by 23 July or risk penalties

  • Awards & Global Impact
  • Our Story
  • Contact Us
  • Cookie Policy
  • Privacy Policy
  • Copyright

Contact us
Office: +27 21 879 1824
News: info@foodformzansi.co.za
Advertising: sales@foodformzansi.co.za

Contact us
Office: +27 21 879 1824
News: info@foodformzansi.co.za
Advertising: sales@foodformzansi.co.za

  • Awards & Global Impact
  • Our Story
  • Contact Us
  • Cookie Policy
  • Privacy Policy
  • Copyright

Chat Options

I'm Lerato, your AI assistant!
No Result
View All Result
  • News
  • Changemakers
  • Lifestyle
  • Farmer’s Inside Track
  • Food for Thought

Copyright © 2024 Food for Mzansi

This website uses cookies. By continuing to use this website you are giving consent to cookies being used. Visit our Privacy and Cookie Policy.