Sunday, October 11, 2026
SUBSCRIBE
22 GLOBAL MEDIA AWARDS
Food For Mzansi
  • News
  • Changemakers
  • Lifestyle
  • Farmer’s Inside Track
  • Food for Thought
No Result
View All Result
  • News
  • Changemakers
  • Lifestyle
  • Farmer’s Inside Track
  • Food for Thought
No Result
View All Result
Food For Mzansi
No Result
View All Result

IRESIPHI: Amanqina enkukhu aphekwe uCebo

by Noluthando Ngcakani
10th May 2023
in isiZulu, Recipes
Reading Time: 1 min read
A A
IRESIPHI: Amanqina enkukhu aphekwe uCebo amnandi

Amanqina enkukhu ababayo aphekwe uCebo ane-collagen futhi amnandi.

Akunandaba ukuthi uwabiza ngama-walkie talkie, amawotwana noma amanqina. Amanqina enkukhu okunye ukudla kwaselokishini okumnandi. Kunosaziwayo abaningi bakuleli zwe nakwamanye amazwe njengoCardi B abawathandayo. 

Kungabe osiwe noma aphekiwe, amanqina enkukhu anomsoco futhi ayasiza ukukhiqiza i-collagen esikhunjeni. Umpheki waKwaZulu-Natali uNks Nomcebo Ndlela, umnikazi we- I cook with Cebo, ucobelele iFood For Mzansi iresiphi yakhe yamanqina enkukhu aconsisa amathe. 

“Amawotwana intandokazi yami ngoba kulula ukuwapheka futhi amnandi uma uwadla ngesandla,” kusho uNks Ndlela.

FUNDA: ‘Ivulandlela le-sauce ebabayo’ lenza umlingo ebhodweni

Ingredients

  • 500g wamanqina enkukhu, achuthiwe nageziwe
  • 30ml we-ground turmeric
  • 500ml wamanzi
  • 1/2 ka-anyanisi oqotshiwe
  • 2 wezipuni ze-tomato paste
  • 1 i-stock cube senkukhu
  • 60ml we-olive oil

Instructions

Shisisa amanzi ebhodweni elikhulu emlilweni ongashisi kakhulu. 

Faka amanqina emanzini ashisayo, u-anyanisi, i-stock cube ne-paprika.

Hlanganisa izithako zakho uzipheke imizuzu ewu-10 kuya kwewu-15.

Uma esenciphile amanzi futhi sezincibilikile, faka amafutha ne-tomato paste futhi ukuyeke kubile eminye imizuzu ewu-15.

Kuphake nepapa kunjengoba kunjalo, udle kamnandi.

Tags: chickenKwaZulu-NatalTraditional Food

Noluthando Ngcakani

With roots in the Northern Cape, this Kimberley Diamond has had a passion for telling human interest stories since she could speak her first words. A foodie by heart, she began her journalistic career as an intern at the SABC where she discovered her love for telling agricultural, community and nature related stories. Not a stranger to a challenge Ngcakani will go above and beyond to tell your truth.

Related Posts

Oh, so oatsy! Creative ways to spice up breakfast
Recipes

Oh, so oatsy! Creative ways to spice up breakfast

3rd June 2026
No oven needed: Easy no-bake dessert recipes
Recipes

No oven needed: Easy no-bake dessert recipes

3rd April 2026
Ukuzilimela kunika uMbatha waseKZN iqholo
isiZulu

Ukuzilimela kunika uMbatha waseKZN iqholo

by Vateka Halile
24th November 2023

Esemncane yayimcasula indaba yengadi uNksz Zaza Mbatha futhi akaze nangelilodwa ilanga acabange ukuthi yinto engagcina imsiza. Kwenzekile futhi usenebhizinisi elivuthayo...

Read moreDetails
UFakude ukholelwa ekwakheni ifa lo mndeni

UFakude ukholelwa ekwakheni ifa lo mndeni

23rd November 2023
Ukusebenzisa amathuba kumsebenzele umfuyi waseNW

Ukuzama inhlanhla kumsizile umfuyi waseNorth West

22nd November 2023
UNgubane ozifelayo ngezolimo akakhohlwe lapho ebheke khona

UNgubane ozifelayo ngezolimo akakhohlwe lapho ebheke khona

21st November 2023
UShelembe ubeke izingadi kwelinye izinga

UShelembe ubeke izingadi kwelinye izinga

5th November 2023
ADVERTISEMENT

Ukuzilimela kunika uMbatha waseKZN iqholo

UFakude ukholelwa ekwakheni ifa lo mndeni

Ukuzama inhlanhla kumsizile umfuyi waseNorth West

UNgubane ozifelayo ngezolimo akakhohlwe lapho ebheke khona

UShelembe ubeke izingadi kwelinye izinga

Kusegazini kuNgalavu ukutshala ukudla

Next Post
ICYMI: New radio frequency will keep farms safe

ICYMI: New radio frequency will keep farms safe

THE NEW FACE OF SOUTH AFRICAN AGRICULTURE

With 21 global awards in the first six years of its existence, Food For Mzansi is much more than an agriculture publication. It is a movement, unashamedly saluting the unsung heroes of South African agriculture. We believe in the power of agriculture to promote nation building and social cohesion by telling stories that are often overlooked by broader society.

Booberries campaign brings breast health to Checkers shelves

Crucial management habits every livestock farmer must practice

Energy shock, weather risks drive operational costs for SA farmers

Hope restored as Land Bank secures R500m to end funding freeze

Young Lady Grey farmer diversifies from broilers to shisanyama

Four major risks SA farmers can’t afford to ignore

  • Awards & Global Impact
  • Our Story
  • Contact Us
  • Cookie Policy
  • Privacy Policy
  • Copyright

Contact us
Office: +27 21 879 1824
News: info@foodformzansi.co.za
Advertising: sales@foodformzansi.co.za

Contact us
Office: +27 21 879 1824
News: info@foodformzansi.co.za
Advertising: sales@foodformzansi.co.za

  • Awards & Global Impact
  • Our Story
  • Contact Us
  • Cookie Policy
  • Privacy Policy
  • Copyright

Chat Options

I'm Lerato, your AI assistant!
No Result
View All Result
  • News
  • Changemakers
  • Lifestyle
  • Farmer’s Inside Track
  • Food for Thought

Copyright © 2024 Food for Mzansi